Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

IzAga

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Injongo yezaga (1-7)

    • Izingozi zokuzihlanganisa nababi (8-19)

    • Ukuhlakanipha kweqiniso kumemeza obala (20-33)

  • 2

    • Ukubaluleka kokuhlakanipha (1-22)

      • Funa ukuhlakanipha njengokungathi kuyingcebo efihliwe (4)

      • Ikhono lokucabanga liyisivikelo (11)

      • Ukuziphatha okubi kuletha inhlekelele (16-19)

  • 3

    • Hlakanipha uthembele kuJehova (1-12)

      • Dumisa uJehova ngezinto eziyigugu (9)

    • Ukuhlakanipha kuletha injabulo (13-18)

    • Ukuhlakanipha kuletha ukulondeka (19-26)

    • Ukuphatha kahle abanye (27-35)

      • Benzele okuhle abanye uma kungenzeka (27)

  • 4

    • Imfundiso kababa ehlakaniphile (1-27)

      • Ngaphezu kwakho konke, zuza ukuhlakanipha (7)

      • Gwema izindlela ezimbi (14, 15)

      • Indlela yolungile iya ikhanya nakakhulu (18)

      • “Qapha inhliziyo yakho” (23)

  • 5

    • Isexwayiso ngowesifazane ongenasimilo (1-14)

    • Jabula ngomkakho (15-23)

  • 6

    • Qaphela ukwenza isiqinisekiso sokukhokha isikweletu (1-5)

    • “Yana entuthwaneni ufunde kuyo vila ndini” (6-11)

    • Umuntu omubi ongelusizo lwalutho (12-15)

    • Izinto eziyisikhombisa uJehova azizondayo (16-19)

    • Qapha owesifazane okhohlakele (20-35)

  • 7

    • Yamukela imiyalo kaNkulunkulu uphile (1-5)

    • Insizwa entula ukuhlakanipha iyayengwa (6-27)

      • “Njengenkunzi iyohlatshwa” (22)

  • 8

    • Ukuhlakanipha okwenziwe samuntu kuyakhuluma (1-36)

      • ‘Ngingowokuqala kuyo yonke imisebenzi kaNkulunkulu’ (22)

      • ‘Ngiyisisebenzi esiyingcweti phambi kukaNkulunkulu’ (30)

      • ‘Ngangiwathanda amadodana abantu’ (31)

  • 9

    • Ukuhlakanipha kweqiniso kubiza abantu (1-12)

      • “Ukuhlakanipha kuyokwenza izinsuku zakho zibe ziningi” (11)

    • Owesifazane oyisiphukuphuku ubiza abadlulayo (13-18)

      • “Amanzi ebiwe amtoti” (17)

  • IZAGA ZIKASOLOMONI (10:1–24:34)

    • 10

      • Indodana ehlakaniphile yenza uyise ajabule (1)

      • Izandla ezikhuthele zenza umuntu acebe (4)

      • Ukukhuluma kakhulu kuletha iziphambeko (19)

      • Isibusiso sikaJehova siyacebisa (22)

      • Ukwesaba uJehova kwelula ukuphila (27)

    • 11

      • Ukuhlakanipha kukwabanesizotha (2)

      • Isihlubuki silethela abanye inhlekelele (9)

      • “Ngabeluleki abaningi kuba nempumelelo” (14)

      • Umuntu ophanayo uyochuma (25)

      • Othembela engcebweni yakhe uyowa (28)

    • 12

      • Ozonda ukusolwa untula ukuhlakanipha (1)

      • “Inkulumo engacatshangiwe injengokuhlaba kwenkemba” (18)

      • Ukukhuthaza ukuthula kuletha injabulo (20)

      • Izindebe eziqamba amanga ziyanengeka kuJehova (22)

      • Ukukhathazeka kwenza inhliziyo isindwe (25)

    • 13

      • Labo abafuna iseluleko bahlakaniphile (10)

      • Ukuhlehliswa kwento elindelwe kugulisa inhliziyo (12)

      • Isithunywa esithembekile siletha ukuphulukiswa (17)

      • Ukuhamba nabahlakaniphile kwenza umuntu ahlakaniphe (20)

      • Isiyalo siwukubonisa uthando (24)

    •  14

      • Inhliziyo iyabazi ubumunyu bayo (10)

      • Indlela ebonakala iyinhle ingase ibangele ukufa (12)

      • Isiphukuphuku sikholwa yikho konke esikuzwayo (15)

      • Baningi abangane besicebi (20)

      • Inhliziyo ezolile yenza umzimba uphile (30)

    • 15

      • Impendulo emnene inqanda ukufutheka (1)

      • Amehlo kaJehova akuyo yonke indawo (3)

      • Umthandazo woqotho uyamjabulisa uNkulunkulu (8)

      • Amacebo awaphumeleli lapho kungekho khona ukubonisana (22)

      • Zindla ngaphambi kokuphendula (28)

    • 16

      • UJehova uhlola izisusa (2)

      • Okwenzayo kwenzele uJehova (3)

      • Izikali ezinembile zivela kuJehova (11)

      • Ukuzidla kwandulela ukuphahlazeka (18)

      • Izinwele ezimpunga zingumqhele wobuhle (31)

    • 17

      • Ungabuyiseli okuhle owenzelwe kona ngokubi (13)

      • Hamba ngaphambi kokuba kuqale ingxabano (14)

      • Umngane weqiniso ubonisa uthando ngaso sonke isikhathi (17)

      • “Inhliziyo ejabulayo ingumuthi owelaphayo” (22)

      • Umuntu onokuqonda uyawabamba amazwi akhe (27)

    • 18

      • Ukuzihlukanisa kuwubugovu futhi akukona ukuhlakanipha (1)

      • Igama likaJehova lingumbhoshongo oqinile (10)

      • Ingcebo imane nje iyisivikelo esingekho (11)

      • Ukuhlakanipha kokulalela izinhlangothi zombili (17)

      • Umngane onamathela ngaphezu komfowenu (24)

    • 19

      • Ukuqondisisa kuyaludambisa ulaka lomuntu (11)

      • Umfazi othanda ingxabano unjengophahla oluvuzayo (13)

      • Umfazi onokuqonda uvela kuJehova (14)

      • Yala ingane lisekhona ithemba (18)

      • Ukuhlakanipha kokulalela iseluleko (20)

    • 20

      • Iwayini lingumhleki wosulu (1)

      • Ivila alilimi ebusika (4)

      • Imicabango yomuntu injengamanzi ajulile (5)

      • Isixwayiso ngokufunga ngokuxhamazela (25)

      • Udumo lwezinsizwa ngamandla azo (29)

    • 21

      • UJehova uqondisa inhliziyo yenkosi (1)

      • Ubulungisa bungcono kunomhlatshelo (3)

      • Ukukhuthala kuholela empumelelweni (5)

      • Umuntu ongamlaleli ophansi ngeke alalelwe (13)

      • Akukho ukuhlakanipha okumelene noJehova (30)

    • 22

      • Igama elihle lingcono kunengcebo eningi (1)

      • Ukusheshe uqeqeshe kuyohlala isikhathi eside (6)

      • Ivila lesaba ibhubesi ngaphandle (13)

      • Isiyalo siqeda ubuwula (15)

      • Isisebenzi esinekhono sikhonza amakhosi (29)

    • 23

      • Bonisa ukuqonda lapho umenyiwe (2)

      • Ungazikhandli ufuna ingcebo (4)

      • Ingcebo ingandiza ikubalekele (5)

      • Ungabi phakathi kwabantu abaphuza kakhulu (20)

      • Utshwala buyokuluma njengenyoka (32)

    • 24

      • Ungabi nomona ngabantu ababi (1)

      • Indlu yakhiwa ngokuhlakanipha (3)

      • Olungile angawa kodwa uyovuka (16)

      • Ungaphindiseli (29)

      • Ukulala kuletha inhlupheko (33, 34)

  • IZAGA ZIKASOLOMONI EZAKOPISHWA IZINCEKU ZENKOSI UHEZEKIYA (25:1–29:27)

    • 25

      • Imfihlo (9)

      • Amazwi akhethwe kahle (11)

      • Ukuhlonipha umuzi kamakhelwane wakho (17)

      • Ukunqwabelanisa amalahle avuthayo ekhanda lesitha (21, 22)

      • Umbiko omuhle unjengamanzi abandayo (25)

    • 26

      • Kuchazwa amavila (13-16)

      • Ungangeni engxabanweni yomunye umuntu (17)

      • Gwema ukwenza amahlaya alimazayo (18, 19)

      • Lapho kungekho zinkuni umlilo uyacima (20, 21)

      • 1 Amazwi omnyundeli anjengokudla okumnandi (22)

    • 27

      • Ukusolwa umngane kuyazuzisa (5, 6)

      • Ndodana, yenza inhliziyo yami ijabule (11)

      • Insimbi ilola insimbi (17)

      • Wazi umhlambi wakho (23)

      • Ingcebo ngeke ibe khona unomphela (24)

    • 28

      • Umthandazo womuntu ongalaleli uyanengeka (9)

      • Ovuma izono uboniswa isihe (13)

      • Umuntu ojaha ukuceba akakwazi ukuba msulwa (20)

      • Ukusola kungcono kunokuthopha (23)

      • Ophanayo akasweli lutho (27)

    • 29

      • Umntwana ongakhuzwa ubanga amahloni (15)

      • Ngaphandle kwesiqondiso sikaNkulunkulu, abantu bayanhlanhlatha (18)

      • Umuntu othukuthele ubhebhezela ingxabano (22)

      • Umuntu othobekile uthola udumo (23)

      • Ukwesaba abantu kuwugibe (25)

  • 30

    • AMAZWI KA-AGURI (1-33)

      • Unganginiki ubumpofu noma ingcebo (8)

      • Izinto ezingalokothi zisuthe (15, 16)

      • Izinto ezingashiyi mkhondo (18, 19)

      • Owesifazane ophingayo (20)

      • Izilwane zihlakaniphe ngokwemvelo (24)

  • 31

    • AMAZWI ENKOSI ULEMUWELI (1-31)

      • Ubani ongathola umfazi okhaliphile? (10)

      • Ukhuthele futhi usebenza kanzima (17)

      • Umusa usolimini lwakhe (26)

      • Umyeni nezingane bayamdumisa (28)

      • Ukukhanga nobuhle kuyadlula (30)