Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UHoseya

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14

Okuphakathi

  • 1

    • UmkaHoseya nezingane azizala (1-9)

      • UJizreyeli (4), uLo-ruhama (6), noLo-ami (9)

    • UJehova uzimisele ukubuyisa u-⁠Israyeli abe umkakhe (10, 11)

  • 2

    • U-Israyeli ongathembekile uyajeziswa (1-13)

    • Ukubuyiselwa kuJehova ukuze abe umyeni wakhe (14-23)

      • “Wena uyongibiza ngokuthi myeni wami” (16)

  • 3

    • UHoseya ubuyisa umkakhe ofebayo (1-3)

    • U-Israyeli uyobuyela kuJehova (4, 5)

  • 4

    • UJehova uqulisa u-⁠Israyeli icala (1-8)

      • Akukho lwazi ngoNkulunkulu ezweni (1)

    • Ukukhonza izithixo nokuziphatha kabi kuka-Israyeli (9-19)

      • Umoya wokuziphatha kabi uyadukisa (12)

  • 5

    • Kwahlulelwa u-⁠Efrayimi noJuda (1-15)

  • 6

    • Isimemo sokubuyela kuJehova (1-3)

    • Uthando lwabantu oluqotho lwesikhashana (4-6)

      • Uthando oluqotho lungcono kunomhlatshelo (6)

    • Ukuziphatha kwabantu okuhlazisayo (7-11)

  • 7

    • Kuchazwa ububi buka-Efrayimi (1-16)

      • Ngeke libalekelwe inetha likaNkulunkulu (12)

  • 8

    • Bavuna imiphumela yokukhonza izithixo (1-14)

      •  Bahlwanyela umoya, bavuna isivunguvungu (7)

      • U-Israyeli umkhohliwe uMenzi wakhe (14)

  • 9

    • Izono zika-Efrayimi zenza uNkulunkulu amlahle (1-17)

      • Ukuzinikela kunkulunkulu oyihlazo (10)

  • 10

    • U-Israyeli, isihlahla samagilebhisi esiwohlokayo, uyobhujiswa (1-15)

      • Ukuhlwanyela nokuvuna (12, 13)

  • 11

    • Uthando lukaNkulunkulu ngo-Israyeli kusukela esengumfana (1-12)

      • “Ngayibiza indodana yami ukuba iphume eGibhithe” (1)

  • 12

    • U-Efrayimi kufanele abuyele kuJehova (1-14)

      • UJakobe walwa noNkulunkulu (3)

      • UJakobe wakhala ukuze athole umusa kaNkulunkulu (4)

  • 13

    • U-Efrayimi okhonza izithombe wamkhohlwa uJehova (1-16)

      • “Luphi udosi lwakho Kufa?” (14)

  • 14

    • Isimemo sokubuyela kuJehova (1-3)

      • Ukunikela ngokudumisa kwezindebe (2)

    • Ukuphulukiswa kokungathembeki kuka-Israyeli (4-9)