Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Genesise

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Ukudalwa kwamazulu nomhlaba (1, 2)

    • Izinsuku eziyisithupha zokulungisa umhlaba (3-31)

      • Usuku lokuqala: ukukhanya; imini nobusuku (3-5)

      • Usuku lwesibili: umkhathi (6-8)

      • Usuku lwesithathu: umhlabathi owomile nezitshalo (9-13)

      • Usuku lwesine: izinkanyiso emkhathini (14-19)

      • Usuku lwesihlanu: izinhlanzi nezinyoni (20-23)

      • Usuku lwesithupha: izilwane zasemhlabeni nabantu (24-31)

  • 2

    • UNkulunkulu uyaphumula ngosuku lwesikhombisa (1-3)

    • UJehova uNkulunkulu, uMenzi wezulu nomhlaba (4)

    • Indoda nowesifazane ensimini yase-Edene (5-25)

      • Umuntu wenziwa ngothuli (7)

      • Isihlahla esinqatshelwe sokwazi (15-17)

      • Ukudalwa kowesifazane (18-25)

  • 3

    • Isiqalo sesono somuntu (1-13)

      • Amanga okuqala (4, 5)

    • Ukwahlulela kukaJehova izihlubuki (14-24)

      • Kubikezelwa inzalo yowesifazane (15)

      • Bayaxoshwa e-Edene (23, 24)

  • 4

    • UKhayini no-Abela (1-16)

    • Inzalo kaKhayini (17-24)

    • USeti nendodana yakhe u-Enoshe (25, 26)

  • 5

    • Kusukela ku-Adamu kuya kuNowa (1-32)

      • U-Adamu wazala amadodana namadodakazi (4)

      • U-Enoke wahamba noNkulunkulu (21-24)

  • 6

    • Amadodana kaNkulunkulu azithathela abafazi emhlabeni (1-3)

    • Kuzalwa amaNefili (4)

    • UJehova uyadabuka ngobubi babantu (5-8)

    • UNowa uthunywa ukuba akhe umkhumbi (9-16)

    • UNkulunkulu umemezela ukuza kukaZamcolo (17-22)

  • 7

    • Bangena emkhunjini (1-10)

    • UZamcolo womhlaba wonke (11-24)

  • 8

    • Amanzi ayabohla (1-14)

      • Kuthunyelwa ijuba (8-12)

    • Bayaphuma emkhunjini (15-19)

    • Isithembiso sikaNkulunkulu ngomhlaba (20-22)

  • 9

    • Iziqondiso zabo bonke abantu (1-7)

      • Umthetho omayelana negazi (4-6)

    • Isivumelwano sothingo (8-17)

    • Iziprofetho ezimayelana nenzalo kaNowa (18-29)

  • 10

    • Uhlu lwezizwe (1-32)

      • Inzalo kaJafete (2-5)

      • Inzalo kaHamu (6-20)

        • UNimrode umelana noJehova (8-12)

      • Inzalo kaShemi (21-31)

  • 11

    • Umbhoshongo waseBhabhele (1-4)

    • UJehova uphithanisa ulimi (5-9)

    • Kusukela kuShemi kuya ku-Abrama (10-32)

      • Umndeni kaThera (27)

      • U-Abrama ushiya i-Uri (31)

  • 12

    • U-Abrama ushiya iHarana uya eKhanani (1-9)

      • Isithembiso sikaNkulunkulu ku-Abrama (7)

    • U-Abrama noSarayi eGibhithe (10-20)

  • 13

    • U-Abrama ubuyela eKhanani (1-4)

    • U-Abrama noLoti bayahlukana (5-13)

    • Isithembiso sikaNkulunkulu ku-Abrama siyaphindwa (14-18)

  • 14

    • U-Abrama usindisa uLoti (1-16)

    • UMelkhizedeki ubusisa u-Abrama (17-24)

  • 15

    • Isivumelwano sikaNkulunkulu no-Abrama (1-21)

      • Kubikezelwa iminyaka engu-400 yokuhlupheka (13)

      • Isithembiso sikaNkulunkulu ku-Abrama siyaphindwa (18-21)

  • 16

    • UHagari no-Ishmayeli (1-16)

  • 17

    • U-Abrahama uzoba ubaba wezizwe eziningi (1-8)

      • U-Abrama usebizwa ngo-Abrahama (5)

    • Isivumelwano sokusoka (9-14)

    •  USarayi usebizwa ngoSara (15-17)

    • U-Isaka indodana ethenjisiwe (18-27)

  • 18

    • Izingelosi ezintathu zivakashela u-Abrahama (1-8)

    • USara uthenjiswa indodana; uyahleka (9-15)

    • U-Abrahama uncengela iSodoma (16-33)

  • 19

    • ULoti uvakashelwa izingelosi (1-11)

    • ULoti nomndeni wakhe banxuswa ukuba bahambe (12-22)

    • ISodoma neGomora kuyabhujiswa (23-29)

      • UmkaLoti uba insika kasawoti (26)

    • ULoti namadodakazi akhe (30-38)

      • Umsuka wabakwaMowabi nabakwa-Amoni (37, 38)

  • 20

    • USara ukhululwa ku-Abhimeleki (1-18)

  • 21

    • Ukuzalwa kuka-Isaka (1-7)

    • U-Ishmayeli ugcona u-Isaka (8, 9)

    • UHagari no-Ishmayeli bayaxoshwa (10-21)

    • Isivumelwano sika-Abrahama no-Abhimeleki (22-34)

  • 22

    • U-Abrahama uyalwa ukuba anikele ngo-Isaka (1-19)

      • Isibusiso ngenxa yenzalo ka-Abrahama (15-18)

    • Umndeni wakubo kaRebheka (20-24)

  • 23

    • Ukufa kukaSara nendawo angcwatshwa kuyo (1-20)

  • 24

    • U-Isaka ufunelwa umfazi (1-58)

    • URebheka uyohlangana no-Isaka (59-67)

  • 25

    • U-Abrahama uyashada futhi (1-6)

    • Ukufa kuka-Abrahama (7-11)

    • Amadodana ka-Ishmayeli (12-18)

    • Ukuzalwa kukaJakobe no-Esawu (19-26)

    • U-Esawu uthengisa ngobuzibulo bakhe (27-34)

  • 26

    • U-Isaka noRebheka eGerari (1-11)

      • Kuqinisekiswa isithembiso sikaNkulunkulu ku-Isaka (3-5)

    • Kubangwa imithombo (12-25)

    • Isivumelwano sika-Isaka no-Abhimeleki (26-33)

    • Abafazi baka-Esawu ababili abangamaHeti (34, 35)

  • 27

    • UJakobe uthola isibusiso sika-Isaka (1-29)

    • U-Esawu ufuna isibusiso kodwa akaphenduki (30-40)

    • Inzondo ka-Esawu ngoJakobe (41-46)

  • 28

    • U-Isaka uthumela uJakobe ePhadani-aramu (1-9)

    • Iphupho likaJakobe eBhethele (10-22)

      • Kuqinisekiswa isithembiso sikaNkulunkulu kuJakobe (13-15)

  • 29

    • UJakobe uhlangana noRaheli (1-14)

    • UJakobe uthanda uRaheli (15-20)

    • UJakobe ushada uLeya noRaheli (21-29)

    • Amadodana kaJakobe amane awathola kuLeya: uRubeni, uSimeyoni, uLevi noJuda (30-35)

  • 30

    • UBhiliha uzala uDani noNafetali (1-8)

    • UZilipha uzala uGadi no-Asheri (9-13)

    • ULeya uzala u-Isakare noZebhuloni (14-21)

    • URaheli uzala uJosefa (22-24)

    • Uyanda umhlambi kaJakobe (25-43)

  • 31

    • UJakobe uya eKhanani isinyelela (1-18)

    • ULabani ufica uJakobe (19-35)

    • Isivumelwano sikaJakobe noLabani (36-55)

  • 32

    • Izingelosi zihlangabeza uJakobe (1, 2)

    • UJakobe wenza amalungiselelo okuhlangana no-Esawu (3-23)

    • UJakobe ubambana nengelosi (24-32)

      • UJakobe usebizwa ngo-Israyeli (28)

  • 33

    • UJakobe uhlangana no-Esawu (1-16)

    • UJakobe uya eShekemi (17-20)

  • 34

    • UDina uyadlwengulwa (1-12)

    • Amadodana kaJakobe enza ubuqili (13-31)

  • 35

    • UJakobe ulahla onkulunkulu bezizwe (1-4)

    • UJakobe ubuyela eBhethele (5-15)

    • Ukuzalwa kukaBhenjamini; ukufa kukaRaheli (16-20)

    • Amadodana ka-Israyeli angu-12 (21-26)

    • Ukufa kuka-Isaka (27-29)

  • 36

    • Inzalo ka-Esawu (1-30)

    • Amakhosi nabaholi bakwa-Edomi (31-43)

  • 37

    • Amaphupho kaJosefa (1-11)

    • UJosefa nabafowabo abanomona (12-24)

    • UJosefa uthengiselwa ebugqilini (25-36)

  • 38

    • UJuda noThamari (1-30)

  • 39

    • UJosefa endlini kaPotifari (1-6)

    • UJosefa wenqaba ukulala nomkaPotifari (7-20)

    • UJosefa usejele (21-23)

  •  40

    • UJosefa uchaza amaphupho eziboshwa (1-19)

      • “Izincazelo . . . ezikaNkulunkulu” (8)

    • Idili losuku lokuzalwa kukaFaro (20-23)

  • 41

    • UJosefa uchaza amaphupho kaFaro (1-36)

    • UJosefa uphakanyiswa uFaro (37-46a)

    • UJosefa wengamela ukudla (46b-57)

  • 42

    • Abafowabo bakaJosefa baya eGibhithe (1-4)

    • UJosefa uhlangana nabafowabo abavivinye (5-25)

    • Abafowabo babuyela ekhaya kuJakobe (26-38)

  • 43

    • Abafowabo bakaJosefa babuyela eGibhithe okwesibili; bahamba noBhenjamini (1-14)

    • UJosefa uphinde ahlangane nabafowabo (15-23)

    • Idili likaJosefa nabafowabo (24-34)

  • 44

    • Inkomishi yesiliva kaJosefa esakeni likaBhenjamini (1-17)

    • UJuda uncengela uBhenjamini (18-34)

  • 45

    • UJosefa uzazisa kubafowabo (1-15)

    • Abafowabo bakaJosefa bayolanda uJakobe (16-28)

  • 46

    • UJakobe nomndeni wakhe bathuthela eGibhithe (1-7)

    • Amagama alabo abathuthela eGibhithe (8-27)

    • UJosefa uhlangana noJakobe eGosheni (28-34)

  • 47

    • UJakobe uhlangana noFaro (1-12)

    • UJosefa wengamela ngobuhlakani (13-26)

    • U-Israyeli uhlala eGosheni (27-31)

  • 48

    • UJakobe ubusisa amadodana kaJosefa amabili (1-12)

    • U-Efrayimi ubusiswa kakhulu (13-22)

  • 49

    • Isiprofetho esashiwo uJakobe esezofa (1-28)

      • UShilo wayeyovela kuJuda (10)

    • Iziyalezo zokungcwatshwa kukaJakobe (29-32)

    • Ukufa kukaJakobe (33)

  • 50

    • UJosefa ungcwaba uJakobe eKhanani (1-14)

    • UJosefa uqinisekisa abafowabo ngokuthi ubaxolele (15-21)

    • Izinsuku zokugcina zikaJosefa nokufa kwakhe (22-26)

      • Iziyalezo zikaJosefa ngamathambo akhe (25)