Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Eksodusi

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Ama-Israyeli ayanda eGibhithe (1-7)

    • UFaro ucindezela ama-Israyeli (8-14)

    • Ababelethisi abesaba uNkulunkulu basindisa ukuphila (15-22)

  • 2

    • Ukuzalwa kukaMose (1-4)

    • Indodakazi kaFaro ikhulisa uMose (5-10)

    • UMose ubalekela kwaMidiyani, ashade uZiphora (11-22)

    • UNkulunkulu uzwa ukububula kwama-Israyeli (23-25)

  • 3

    • UMose nesihlahla sameva esivuthayo (1-12)

    • UJehova uchaza igama lakhe (13-15)

    • UJehova uyala uMose (16-22)

  • 4

    • Izibonakaliso ezintathu ezizokwenziwa uMose (1-9)

    • UMose uzizwa engafaneleki (10-17)

    • UMose ubuyela eGibhithe (18-26)

    • UMose uphinde ahlangane no-Aroni (27-31)

  • 5

    • UMose no-Aroni baphambi kukaFaro (1-5)

    • Ukucindezelwa kuyakhula (6-18)

    • U-Israyeli usola uMose no-Aroni (19-23)

  • 6

    • Kuvuselelwa isithembiso senkululeko (1-13)

      • Igama likaJehova alaziwa ngokugcwele (2, 3)

    • Uhlu lozalo lukaMose no-Aroni (14-27)

    • UMose kumelwe aphinde avele phambi kukaFaro (28-30)

  • 7

    • UJehova uqinisa uMose (1-7)

    • Induku ka-Aroni iba inyoka enkulu (8-13)

    • Inhlupho 1: amanzi aphenduka igazi (14-25)

  • 8

    • Inhlupho 2: amaxoxo (1-15)

    • Inhlupho 3: izinsensane (16-19)

    • Inhlupho 4: izibawu (20-32)

      • Izwe laseGosheni alithinteki (22, 23)

  • 9

    • Inhlupho 5: imfuyo iyafa (1-7)

    • Inhlupho 6: kumila amathumba kubantu nasezilwaneni (8-12)

    • Inhlupho 7: isichotho (13-35)

      • UFaro uzobona amandla kaNkulunkulu (16)

      • Igama likaJehova lizomenyezelwa (16)

  • 10

    • Inhlupho 8: izintethe (1-20)

    • Inhlupho 9: ubumnyama (21-29)

  • 11

    • Kumenyezelwa inhlupho yeshumi (1-10)

      • Ama-Israyeli azocela izipho (2)

  • 12

    • Kusungulwa iPhasika (1-28)

      • Kuzobhecwa igazi ezinsikeni zeminyango (7)

    • Inhlupho 10: kubulawa amazibulo (29-32)

    • UFuduko luyaqala (33-42)

      • Iminyaka engu-430 iyaphela (40, 41)

    • Iziyalezo zokugcina iPhasika (43-51)

  • 13

    • Wonke amazibulo esilisa angakaJehova (1, 2)

    • UMkhosi Wesinkwa Esingenamvubelo (3-10)

    • Wonke amazibulo esilisa anikelwa kuNkulunkulu (11-16)

    • U-Israyeli uqondiswa ngasoLwandle Olubomvu (17-20)

    • Insika yefu neyomlilo (21, 22)

  • 14

    • U-Israyeli ufika olwandle (1-4)

    • UFaro ujaha u-Israyeli (5-14)

    • U-Israyeli uwela uLwandle Olubomvu (15-25)

    • AbaseGibhithe bayaminza olwandle (26-28)

    • U-Israyeli uba nokholo kuJehova (29-31)

  • 15

    • Ingoma yokunqoba kaMose no-Israyeli (1-19)

    • UMiriyamu wenanela ingoma (20, 21)

    • Amanzi ababayo enziwa abe mtoti (22-27)

  • 16

    • Abantu babubula ngokudla (1-3)

    • UJehova uyakuzwa ukububula (4-12)

    • Banikwa izagwaca nemana (13-21)

    • Ngeke ibe khona imana ngeSabatha (22-30)

    • Imana iyalondolozwa njengesikhumbuzo (31-36)

  • 17

    • Isikhalo ngokuntuleka kwamanzi eHorebe (1-4)

    • Amanzi avela edwaleni (5-7)

    • Ama-Amaleki ayahlaselwa anqotshwe (8-16)

  • 18

    • Kufika uJetiro noZiphora (1-12)

    •  Iseluleko sikaJetiro sokuba kumiswe abahluleli (13-27)

  • 19

    • ENtabeni iSinayi (1-25)

      • U-Israyeli uyoba umbuso wabapristi (5, 6)

      • Abantu bangcweliselwa ukuyohlangana noNkulunkulu (14, 15)

  • 20

    • IMiyalo Eyishumi (1-17)

    • Isenzakalo esimangalisayo senza u-Israyeli esabe (18-21)

    • Iziyalezo zokukhonza uNkulunkulu (22-26)

  • 21

    • Izinqumo zokwahlulela zika-Israyeli (1-36)

      • Ngokuphathelene nezigqila ezingamaHebheru (2-11)

      • Ngokuphathelene nomuntu ophatha umuntu wakubo ngobudlova (12-27)

      • Ngokuphathelene nezilwane (28-36)

  • 22

    • Izinqumo zokwahlulela zika-Israyeli (1-31)

      • Ngokuphathelene nokweba (1-4)

      • Ngokuphathelene nokulimala kwezitshalo (5, 6)

      • Ngokuphathelene nesinxephezelo nobunikazi (7-15)

      • Ngokuphathelene nokuyengela ocansini (16, 17)

      • Ngokuphathelene nokukhonza uNkulunkulu nobulungisa (18-31)

  • 23

    • Izinqumo zokwahlulela zika-Israyeli (1-19)

      • Ngokuphathelene nokwenza ngokwethembeka nangobulungisa (1-9)

      • Ngokuphathelene namasabatha nemikhosi (10-19)

    • Ingelosi iqondisa u-Israyeli (20-26)

    • Ukuthola umhlaba nemingcele (27-33)

  • 24

    • Abantu bayavuma ukugcina isivumelwano (1-11)

    • UMose eNtabeni iSinayi (12-18)

  • 25

    • Iminikelo yetabernakele (1-9)

    • UMphongolo (10-22)

    • Itafula (23-30)

    • Uthi lwesibani (31-40)

  • 26

    • Itabernakele (1-37)

      • Izindwangu zetende (1-14)

      • Izinhlaka zamapulangwe nezisekelo ezinezimbobo (15-30)

      • Ikhethini nesihenqo (31-37)

  • 27

    • I-altare lomnikelo oshiswayo (1-8)

    • Igceke (9-19)

    • Amafutha othi lwesibani (20, 21)

  • 28

    • Izingubo zabapristi (1-5)

    • I-efodi (6-14)

    • Isiqephu sesifuba (15-30)

      • I-Urimi neThumimi (30)

    • Ijazi elingenamikhono (31-35)

    • Iduku lokushuqula elinocwecwe lwegolide (36-39)

    • Ezinye izingubo zabapristi (40-43)

  • 29

    • Ukumiswa kwabapristi (1-37)

    • Umnikelo wansuku zonke (38-46)

  • 30

    • I-altare lempepho (1-10)

    • Ukubalwa kwabantu nemali yesihlawulelo (11-16)

    • Indishi yethusi yokugeza (17-21)

    • Ingxube ekhethekile yamafutha okugcoba (22-33)

    • Indlela yokwenza impepho engcwele (34-38)

  • 31

    • Izisebenzi eziyingcweti zinomoya kaNkulunkulu (1-11)

    • ISabatha, uphawu oluphakathi kukaNkulunkulu no-Israyeli (12-17)

    • Amatshe amabili ayizicaba (18)

  • 32

    • Kukhulekelwa ithole legolide (1-35)

      • UMose uzwa abantu becula ngendlela engajwayelekile (17, 18)

      • UMose uphihliza amatshe ayizicaba omthetho (19)

      • AmaLevi aqotho kuJehova (26-29)

  • 33

    • Umyalezo kaNkulunkulu wokusola (1-6)

    • Itende lokuhlangana ngaphandle kwekamu (7-11)

    • UMose ucela ukubona inkazimulo kaJehova (12-23)

  • 34

    • Kwenziwa amatshe amasha ayizicaba (1-4)

    • UMose ubona inkazimulo kaJehova (5-9)

    • Kuphindwa imininingwane yesivumelwano (10-28)

    • Ubuso bukaMose bukhipha imisebe (29-35)

  • 35

    • Iziyalezo zeSabatha (1-3)

    • Iminikelo yetabernakele (4-29)

    • UBhezaleli no-Oholiyabe bagcwaliswe ngomoya (30-35)

  • 36

    • Kunikelwa okungaphezu kokudingekile (1-7)

    • Ukwakhiwa kwetabernakele (8-38)

  •  37

    • Kwenziwa uMphongolo (1-9)

    • Itafula (10-16)

    • Uthi lwesibani (17-24)

    • I-altare lempepho (25-29)

  • 38

    • I-altare lomnikelo oshiswayo (1-7)

    • Indishi yethusi (8)

    • Igceke (9-20)

    • Uhlu lwezinto zokwakha itabernakele (21-31)

  • 39

    • Ukwenza izingubo zabapristi (1)

    • I-efodi (2-7)

    • Isiqephu sesifuba (8-21)

    • Ijazi elingenamikhono (22-26)

    • Ezinye izingubo zabapristi (27-29)

    • Ucwecwe lwegolide (30, 31)

    • UMose uhlola itabernakele (32-43)

  • 40

    • Ukumisa itabernakele (1-33)

    • Inkazimulo kaJehova igcwala etabernakele (34-38)