Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Duteronomi

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Ukushiya iNtaba iHorebe (1-8)

    • Kumiswa izinduna nabahluleli (9-18)

    • Ukungalaleli eKadeshi-barineya (19-46)

      • Ukwenqaba kuka-Israyeli ukungena ezweni (26-33)

      • Ukwehluleka ukunqoba iKhanani (41-46)

  • 2

    • Ukuzulazula ehlane iminyaka engu-38 (1-23)

    • Ukunqoba uSihoni iNkosi yaseHeshibhoni (24-37)

  • 3

    • Ukunqoba u-Ogi inkosi yaseBhashani (1-7)

    • Ukuhlukaniswa kwezwe elisempumalanga yeJordani (8-20)

    • UJoshuwa utshelwa ukuba angesabi (21, 22)

    • UMose ngeke angene ezweni (23-29)

  • 4

    • Ama-Israyeli anxuswa ukuba alalele (1-14)

      • Ningazikhohlwa izenzo zikaNkulunkulu (9)

    • UJehova ufuna abantu bazinikele kuye kuphela (15-31)

    • Akekho omunye uNkulunkulu ngaphandle kukaJehova (32-40)

    • Amadolobha esiphephelo empumalanga yeJordani (41-43)

    • Kwethulwa uMthetho (44-49)

  • 5

    • Isivumelwano sikaJehova eHorebe (1-5)

    • IMiyalo Eyishumi iyaphindwa (6-22)

    • Ukwesaba kwabantu eNtabeni iSinayi (23-33)

  • 6

    • Thanda uJehova ngenhliziyo yakho yonke (1-9)

      • “O Israyeli, lalela” (4)

      • Abazali kumelwe bafundise abantwana babo (6, 7)

    • Ungamkhohlwa uJehova (10-15)

    • Ungamvivinyi uJehova (16-19)

    • Uxoxele isizukulwane esilandelayo (20-25)

  • 7

    • Izizwe eziyisikhombisa ezizobhujiswa (1-6)

    • Isizathu sokukhethwa kuka-Israyeli (7-11)

    • Ukulalela kuletha izibusiso (12-26)

  • 8

    • Izibusiso zikaJehova ziyaphindwa (1-9)

      • “Umuntu akaphili ngesinkwa sodwa” (3)

    • Ungamkhohlwa uJehova (10-20)

  • 9

    • Isizathu sokuba u-Israyeli anikwe izwe (1-6)

    • U-Israyeli ucasula uJehova izikhathi ezine (7-29)

      • Ithole legolide (7-14)

      • UMose uyangenela (15-21, 25-29)

      • Baphinde bayamthukuthelisa izikhathi ezintathu (22)

  • 10

    • Kwenziwa amanye amatshe amabili ayizicaba (1-11)

    • Okufunwa uJehova (12-22)

      • Yesaba uJehova futhi umthande (12)

  • 11

    • Nibubonile ubukhulu bukaJehova (1-7)

    • IZwe Lesithembiso (8-12)

    • Imivuzo yokulalela (13-17)

    • Amazwi kaNkulunkulu kumelwe agxiliswe ezinhliziyweni (18-25)

    • “Isibusiso nesiqalekiso” (26-32)

  • 12

    • Khonza uNkulunkulu endaweni ayikhethayo (1-14)

    • Nivunyelwe ukudla inyama kodwa hhayi igazi (15-28)

    • Ningacushwa abanye onkulunkulu (29-32)

  • 13

    • Indlela yokuphatha izihlubuki (1-18)

  • 14

    • Izindlela ezingafanele zokulila (1, 2)

    • Ukudla okuhlanzekile nokungcolile (3-21)

    • Okweshumi kukaJehova (22-29)

  • 15

    • Isikweletu siyesulwa njalo ngonyaka wesikhombisa (1-6)

    • Ukusiza abampofu (7-11)

    • Ukukhululwa kwezigqila njalo ngonyaka wesikhombisa (12-18)

      • Ukufaka usungulo endlebeni yesigqila (16, 17)

    • Kungcweliswa amazibulo ezilwane (19-23)

  • 16

    • IPhasika; uMkhosi Wesinkwa Esingenamvubelo (1-8)

    • UMkhosi Wamasonto (9-12)

    • UMkhosi Wamadokodo (13-17)

    •  Ukumiswa kwabahluleli (18-20)

    • Izinto zokukhulekela ezenqatshelwe (21, 22)

  • 17

    • Imihlatshelo akufanele ibe nesici (1)

    • Ukusingatha izindaba zokuhlubuka (2-7)

    • Amacala anzima okwahlulela (8-13)

    • Iziyalezo zenkosi ezomiswa (14-20)

      • Inkosi kumelwe izibhalele ikhophi yoMthetho (18)

  • 18

    • Isabelo sabapristi namaLevi (1-8)

    • Imikhuba yokusebenzelana nemimoya yenqatshelwe (9-14)

    • Umprofethi onjengoMose (15-19)

    • Indlela yokubona abaprofethi bamanga (20-22)

  • 19

    • Icala legazi namadolobha esiphephelo (1-13)

    • Izimpawu zomngcele akumelwe zigudluzwe (14)

    • Ofakazi enkantolo (15-21)

      • Kudingeka ofakazi ababili noma abathathu (15)

  • 20

    • Imithetho yasempini (1-20)

      • Abangayi empini (5-9)

  • 21

    • Amacala okubulala angaxazululiwe (1-9)

    • Ukushada abesifazane abayizithunjwa (10-14)

    • Ilungelo lezibulo (15-17)

    • Indodana enenkani (18-21)

    • Umuntu olengiswe esigxotsheni uqalekisiwe (22, 23)

  • 22

    • Ukuphatha kahle izilwane zikamakhelwane (1-4)

    • Ukugqoka izingubo zabantu bobulili obuhlukile (5)

    • Ukuba nomusa ezilwaneni (6, 7)

    • Udonga olufushane lophahla (8)

    • Ukungaxubi izinto ezingafanele (9-11)

    • Izinsephe ezingutsheni (12)

    • Imithetho emayelana nokuphathwa kabi endabeni yocansi (13-30)

  • 23

    • Abangafaneleki ukungena ebandleni likaNkulunkulu (1-8)

    • Ukuhlanzeka kwekamu (9-14)

    • Izigqila ezibalekile (15, 16)

    • Ubufebe benqatshelwe (17, 18)

    • Inzalo nezifungo (19-23)

    • Okuvumelekile ukuba kudliwe abadlula ngendlela (24, 25)

  • 24

    • Umshado nedivosi (1-5)

    • Hlonipha ukuphila (6-9)

    • Ukukhathalela abampofu (10-18)

    • Imithetho yokukhothoza (19-22)

  • 25

    • Imivimbo umuntu angashaywa yona (1-3)

    • Ungayivali umlomo ngesifonyo inkabi ebhulayo (4)

    • Ukungena umkamfowenu (5-10)

    • Okungafanele kubanjwe lapho kuliwa (11, 12)

    • Izisindo nezikali ezinembile (13-16)

    • Ama-Amaleki kufanele aqothulwe (17-19)

  • 26

    • Ukunikela izithelo zokuqala (1-11)

    • Okweshumi kwesibili (12-15)

    • U-Israyeli, impahla kaJehova ekhethekile (16-19)

  • 27

    • UMthetho kufanele ubhalwe ematsheni (1-10)

    • ENtabeni i-Ebhali naseNtabeni iGerizimu (11-14)

    • Kuphindwa iziqalekiso (15-26)

  • 28

    • Izibusiso zokulalela (1-14)

    • Iziqalekiso zokungalaleli (15-68)

  • 29

    • Isivumelwano no-Israyeli kwaMowabi (1-13)

    • Izixwayiso ngokungalaleli (14-29)

      • Izinto ezifihliwe, izinto ezembuliwe (29)

  • 30

    • Ukubuyela kuJehova (1-10)

    • Imiyalo kaJehova ayilukhuni (11-14)

    • Ukukhetha phakathi kokuphila nokufa (15-20)

  • 31

    • UMose usezokufa (1-8)

    • Ukufundela wonke u-Israyeli uMthetho (9-13)

    • Kumiswa uJoshuwa (14, 15)

    • Kubikezelwa ukuvukela kuka-Israyeli (16-30)

      • Ingoma okumelwe ifundiswe u-Israyeli (19, 22, 30)

  • 32

    • Ingoma kaMose (1-47)

      • UJehova, iDwala (4)

      • U-Israyeli ukhohlwa iDwala lakhe (18)

      • “Impindiselo ingeyami” (35)

      • “Thokozani nina zizwe kanye nesizwe sakhe” (43)

    • UMose uzofela eNtabeni iNebo (48-52)

  • 33

    • UMose ubusisa izizwe (1-29)

      • “Izingalo” zikaJehova “zaphakade” (27)

  • 34

    • UJehova ubonisa uMose izwe (1-4)

    • Ukufa kukaMose (5-12)