Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

KumaHebheru

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13

Okuphakathi

  • 1

    • UNkulunkulu ukhuluma ngeNdodana yakhe (1-4)

    • INdodana iphakeme kunezingelosi (5-14)

  • 2

    • Naka ngaphezu kokujwayelekile (1-4)

    • Zonke izinto zingaphansi kukaJesu (5-9)

    • UJesu nabafowabo (10-18)

      • UMmeli Oyinhloko wensindiso yawo (10)

      • Umpristi ophakeme onesihe (17)

  • 3

    • UJesu mkhulu kunoMose (1-6)

      • Zonke izinto zakhiwe uNkulunkulu (4)

    • Isixwayiso ngokuntula ukholo (7-19)

      • “Uma nilalela izwi lakhe namuhla” (7, 15)

  • 4

    • Ingozi yokungangeni ekuphumuleni kukaNkulunkulu (1-10)

    • Isikhuthazo sokungena ekuphumuleni kukaNkulunkulu (11-13)

      • Izwi likaNkulunkulu liyaphila (12)

    • UJesu, umpristi ophakeme omkhulu (14-16)

  • 5

    • UJesu mkhulu kunabapristi abaphakeme abangabantu (1-10)

      • Ngokwendlela kaMelkhizedeki (6, 10)

      • Wafunda ukulalela ngokuhlupheka (8)

      • Kutholakala insindiso yaphakade ngenxa yakhe (9)

    • Isixwayiso ngokungavuthwa (11-14)

  • 6

    • Phokophelani ekuvuthweni (1-3)

    • Labo abawayo baphinde babethele iNdodana esigxotsheni (4-8)

    • Qinisekisani ithemba lenu (9-12)

    • Ukuqiniseka kwesithembiso sikaNkulunkulu (13-20)

      • Isithembiso nesifungo sikaNkulunkulu akunakuguqulwa (17, 18)

  • 7

    • UMelkhizedeki, inkosi nompristi ohlukile (1-10)

    • Ukuphakama kobupristi bukaKristu (11-28)

      • UKristu ukwazi ukusindisa ngokuphelele (25)

  • 8

    • Itabernakele lifanekisela izinto zasezulwini (1-6)

    • Kuqhathaniswa isivumelwano esidala nesisha (7-13)

  •   9

    • Inkonzo engcwele endaweni engcwele esemhlabeni (1-10)

    • UKristu ungena ezulwini negazi lakhe (11-28)

      • Umlamuleli wesivumelwano esisha (15)

  • 10

    • Imihlatshelo yezilwane ayisebenzi (1-4)

      • UMthetho uyisithunzi (1)

    • Umhlatshelo kaKristu wanikelwa kwaba kanye kuphela (5-18)

    • Indlela entsha nephilayo yokungena (19-25)

      • Singakuyeki ukuhlangana ndawonye (24, 25)

    • Isixwayiso ngesono samabomu (26-31)

    • Isibindi nokholo lokukhuthazela (32-39)

  • 11

    • Incazelo yokholo (1, 2)

    • Izibonelo zokholo (3-40)

      • Akwenzeki ukujabulisa uNkulunkulu ngaphandle kokholo (6)

  • 12

    • UJesu, uMphelelisi wokholo lwethu (1-3)

      • Ifu elikhulu lofakazi (1)

    • Ungasilulazi isiyalo esivela kuJehova (4-11)

    • Hambani endleleni eqondile (12-17)

    • Ukusondela eJerusalema lasezulwini (18-29)

  • 13

    • Izikhuthazo zokugcina nemikhonzo (1-25)

      • Ningakukhohlwa ukwamukela izivakashi (2)

      • Umshado mawuhlonishwe (4)

      • Lalelani abaholayo (7, 17)

      • Nikelani umhlatshelo wokudumisa (15, 16)