Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Eyesibili KaSamuweli

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • UDavide uyezwa ngokufa kukaSawule (1-16)

    • Ingoma kaDavide yokulilela uSawule noJonathani (17-27)

  • 2

    • UDavide uba yinkosi kwaJuda (1-7)

    • U-Ishi-bhosheti uba yinkosi kwa-Israyeli (8-11)

    • Impi phakathi kwendlu kaDavide nendlu kaSawule (12-32)

  • 3

    • Indlu kaDavide iba namandla nakakhulu (1)

    • Amadodana kaDavide (2-5)

    • U-Abhineri uhlubukela kuDavide (6-21)

    • UJowabe ubulala u-⁠Abhineri (22-30)

    • UDavide ulilela u-⁠Abhineri (31-39)

  • 4

    • U-Ishi-bhosheti uyabulawa (1-8)

    • UDavide uyala ukuba kubulawe ababulali (9-12)

  • 5

    • UDavide uba yinkosi phezu kwawo wonke u-⁠Israyeli (1-5)

    • IJerusalema liyanqotshwa (6-16)

      • IZiyoni, iDolobha LikaDavide (7)

    • UDavide unqoba amaFilisti (17-25)

  • 6

    • UMphongolo ulethwa eJerusalema (1-23)

      • U-Uza ubamba uMphongolo, uyabulawa (6-8)

      • UMikhali udelela uDavide (16, 20-23)

  • 7

    • UDavide ngeke alakhe ithempeli (1-7)

    • Isivumelwano sombuso noDavide (8-17)

    • Umthandazo kaDavide wokubonga (18-29)

  •   8

    • Izimpi uDavide azinqoba (1-14)

    • Umbuso kaDavide (15-18)

  • 9

    • Uthando oluqotho uDavide alubonisa uMefibhosheti (1-13)

  • 10

    • Ukunqoba ama-Amoni namaSiriya (1-19)

  • 11

    • UDavide uphinga noBhati-sheba (1-13)

    • UDavide uhlela ukuba kubulawe u-⁠Uriya (14-25)

    • UDavide uthatha uBhati-sheba ukuba abe ngumkakhe (26, 27)

  • 12

    • UNathani usola uDavide (1-15a)

    • Indodana kaBhati-sheba iyafa (15b-23)

    • UBhati-sheba uzala uSolomoni (24, 25)

    • Idolobha lama-Amoni iRaba liyanqotshwa (26-31)

  • 13

    • U-Amnoni udlwengula uThamari (1-22)

    • U-Absalomu ubulala u-⁠Amnoni (23-33)

    • U-Absalomu ubalekela eGeshuri (34-39)

  • 14

    • UJowabe nowesifazane waseThekhowa (1-17)

    • UDavide uyalibona icebo likaJowabe (18-20)

    • U-Absalomu uyavunyelwa ukuba abuye (21-33)

  • 15

    • Itulo lika-Absalomu nokuvukela kwakhe (1-12)

    • UDavide uyabaleka eJerusalema (13-30)

    • U-Ahithofeli uzihlanganisa no-Absalomu (31)

    • UHushayi uthunyelwa ukuba ayoshafisa amacebo ka-Ahithofeli (32-37)

  • 16

    • UZiba unyundela uMefibhosheti (1-4)

    • UShimeyi uqalekisa uDavide (5-14)

    • U-Absalomu wamukela uHushayi (15-19)

    • Iseluleko sika-Ahithofeli (20-23)

  • 17

    • UHushayi ubhuntshisa iseluleko sika-Ahithofeli (1-14)

    • UDavide uyaxwayiswa; uyaphunyuka ku-Absalomu (15-29)

      • UBharizilayi nabanye baletha izinto eziyisidingo (27-29)

  • 18

    • Ukunqotshwa kuka-Absalomu nokufa kwakhe (1-18)

    • UDavide ubikelwa ngokufa kuka-Absalomu (19-33)

  • 19

    • UDavide ulilela u-⁠Absalomu (1-4)

    • UJowabe usola uDavide (5-8a)

    • UDavide ubuyela eJerusalema (8b-15)

    • UShimeyi uyaxolisa (16-23)

    • UMefibhosheti utholakala engenacala (24-30)

    • UBharizilayi uyadunyiswa (31-40)

    • Izizwe ziyaxabana (41-43)

  • 20

    • Ukuvukela kukaSheba; uJowabe ubulala u-⁠Amasa (1-13)

    • USheba uyajahwa anqunywe ikhanda (14-22)

    • Umbuso kaDavide (23-26)

  • 21

    • AbaseGibheyoni bayaphindiselelwa kwabendlu kaSawule (1-14)

    • Izimpi namaFilisti (15-22)

  • 22

    • UDavide udumisa uNkulunkulu ngenxa yensindiso yakhe (1-51)

      • “UJehova uyidwala lami” (2)

      • UJehova uqotho kulabo abaqotho (26)

  • 23

    • Amazwi okugcina kaDavide (1-7)

    • Ukunqoba kwamaqhawe kaDavide (8-39)

  • 24

    • Isono sikaDavide sokubala abantu (1-14)

    • Isifo esiwumshayabhuqe sibulala abangu-70 000 (15-17)

    • UDavide wakha i-⁠altare (18-25)

      • Akukho mhlatshelo ozokwenziwa ngaphandle kwezindleko (24)