Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 B12-B

Isonto Lokugcina Lokuphila KukaJesu Emhlabeni (INgxenye 2)

Nisani 12

UKUSHONA KWELANGA (Izinsuku zamaJuda ziqala futhi ziphele ekushoneni kwelanga)

UKUPHUMA KWELANGA

  • Uhlezi nabafundi

  • UJuda uhlela ukumkhaphela

UKUSHONA KWELANGA

Nisani 13

UKUSHONA KWELANGA

UKUPHUMA KWELANGA

  • UPetru noJohane balungiselela iPhasika

  • UJesu nabanye abaphostoli bayafika ntambama

UKUSHONA KWELANGA

Nisani 14

 UKUSHONA KWELANGA

  • Udla iPhasika nabaphostoli

  • Ugeza izinyawo zabaphostoli

  • Uxosha uJuda

  • Usungula iSidlo SeNkosi Sakusihlwa

  • Uyakhashelwa bese eyaboshwa ensimini yaseGetsemane

  • Abaphostoli bayabaleka

  • ISanhedrini imqulisa icala endlini kaKayafase

  • UPetru uphika uJesu

UKUPHUMA KWELANGA

  • Uphinde avele phambi kweSanhedrini

  • Uyiswa kuPilatu, ngemva kwalokho ayiswe kuHerode, abese ephindiselwa kuPilatu

  • Uthola isigwebo sokufa bese ebulawa eGolgotha

  • Uyafa cishe ngehora lesithathu ntambama

  • Isidumbu sakhe siyasuswa bese siyangcwatshwa

UKUSHONA KWELANGA

Nisani 15 (ISabatha)

UKUSHONA KWELANGA

UKUPHUMA KWELANGA

  • UPilatu uyavuma ukuba kubekwe abaqaphi ethuneni likaJesu

UKUSHONA KWELANGA

Nisani 16

UKUSHONA KWELANGA

  • Kuthengwa iziqholo ezengeziwe zokungcwaba

UKUPHUMA KWELANGA

  • Uyavuswa

  • Uvela kubafundi

UKUSHONA KWELANGA