Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 B14-B

Imali Nezisindo

Imali Nesisindo EmiBhalweni YesiHebheru

Igera (1⁄20 weshekeli)

0,57 g

10 amagera = 1 ibeka

Ibeka

5,7 g

2 amabeka = 1 ishekeli

Ipimi

7,8 g

1 ipimi = 2⁄3 weshekeli

Isisindo seshekeli

Ishekeli

11,4 g

50 amashekeli = 1 umina

Umina

570 g

60 omina = 1 ithalenta

Ithalenta

34,2 kg

Idarike (lasePheresiya, legolide)

8,4 g

Imali Nesisindo EmiBhalweni YamaKristu YesiGreki

Ileptoni (lamaJuda, lethusi)

1⁄2 wekhwadrani

Luka 21:2

Ikhwadrani (laseRoma, lethusi)

amaleptoni amabili

Mathewu 5:26

I-asariyon (laseRoma nasezifundazweni zalo, lethusi)

amakhwadrani angu-4

Mathewu 10:29

Udenariyu (waseRoma, wesiliva)

amakhwadrani angu-64

3,85 g

Mathewu 20:10

= Umholo Wosuku (amahora angu-12)

 Idrakma (yaseGrisi, yesiliva)

3,4 g

Luka 15:8

= Umholo Wosuku (amahora angu-12)

Ididrakma (yaseGrisi, yesiliva)

amadrakma amabili

6,8 g

Mathewu 17:24

Umholo Wezinsuku Ezimbili

Itetradrakma yase-Antiyokiya

Itetradrakma yaseThire (Ishekeli lesiliva laseThire)

Itetradrakma (yaseGrisi, yesiliva; ibizwa nangokuthi uhlamvu lwesiliva)

4 wamadrakma

13,6 g

Mathewu 17:27

= Umholo Wezinsuku Ezine

Umina

amadrakma angu-100

340 g

Luka 19:13

= cishe umholo wezinsuku ezingu-1000

Ithalenta

omina abangu-60

20,4 kg

Mathewu 18:24

IsAmbulo 16:21

= cishe umholo weminyaka engu-20

 Iphawundi (laseRoma)

327 g

Johane 12:3

“Iphawundi lamafutha anamakha . . . inadi loqobo”