Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 UMBUZO 20

Ungazuza Kanjani Ngokugcwele Lapho Ufunda IBhayibheli?

PHENDULA LE MIBUZO NJENGOBA UFUNDA IBHAYIBHELI:

Lokhu kungitshelani ngoJehova uNkulunkulu?

La mavesi anezela kanjani emyalezweni weBhayibheli?

Ngingakusebenzisa kanjani lokhu ekuphileni kwami?

Ngingawasebenzisa kanjani la mavesi ukuze ngisize abanye?

“Izwi lakho liyisibani esiqondisa izinyathelo zami, nokukhanya okukhanyisa indlela yami.”

IHubo 119:105