IHubo 93:1-5

93  UJehova ngokwakhe usebé yinkosi!+Wembethe ukuphakama;+UJehova wembethe—ubhincé izikhwepha.+Nezwe elikhiqizayo lima liqine kangangokuba alinakuntengantengiswa.+   Isihlalo sakho sobukhosi simi siqinile kusukela kudala;+Wena ubulokhu ukhona nini nanini.+   Imifula iphakamisile, O Jehova,Imifula iphakamisé umsindo wayo;+Imifula ilokhu iphakamisa ukuhlokoma kwayo.+   Ngaphezu kwemisindo yamanzi amaningi, amadlambi olwandle amakhulu ngokubabazekayo,+UJehova mkhulu ngokubabazekayo endaweni ephakeme.+   Izikhumbuzo zakho zitholakalé zithembeke kakhulu.+O Jehova, ubungcwele buyafaneleka endlini yakho,+ ubude bezinsuku.+

Imibhalo yaphansi