IHubo 150:1-6

150  Dumisani uJah!+Dumisani uNkulunkulu endaweni yakhe engcwele.+Mdumiseni emkhathini wezikhwepha zakhe.+   Mdumiseni ngenxa yemisebenzi yakhe yamandla.+Mdumiseni ngokuvumelana nokuchichima kobukhulu bakhe.+   Mdumiseni ngokushaya uphondo.+Mdumiseni ngensimbi yomculo enezintambo nangehabhu.+   Mdumiseni ngethamborini+ nangomdanso wesiyingi.+Mdumiseni ngezintambo+ nangegemfe.+   Mdumiseni ngamasimbali anomnkenenezo omnandi.+Mdumiseni ngamasimbali akhencezayo.+   Konke okuphefumulayo—makudumise uJah.+Dumisani uJah!+

Imibhalo yaphansi