IHubo 133:1-3

INgoma Yokwenyuka. EkaDavide. 133  Bheka! Yeka ukuthi kuhle futhi kumnandi kanjaniNgabazalwane ukuba bahlale ndawonye ngobunye!+   Kunjengamafutha amahle asekhanda,+Agelezela entshebeni,Intshebe ka-Aroni,+Agelezela entanyeni yezingubo zakhe.+   Kunjengamazolo+ aseHermoni+Ehlela ezintabeni zaseZiyoni.+Ngoba uJehova wayala ukuba isibusiso sibe lapho,+Yebo ukuphila kuze kube nini nanini.+

Imibhalo yaphansi