IHubo 125:1-5
INgoma Yokwenyuka.
125 Labo abathembela kuJehova+BanjengeNtaba iZiyoni,+ engenakuntengantengiswa, kodwa ehlala kuze kube nini nanini.+
2 IJerusalema—njengoba izintaba zilizungezile,+Kanjalo uJehova uzungeze abantu bakhe+Kusukela manje kuze kube nini nanini.+
3 Ngoba intonga yobubi ngeke iqhubeke ihlezi+ phezu kwesabelo sabalungile,Ukuze abalungile bangeluleli isandla sabo ekwenzeni noma ibuphi ububi.+
4 Yenza okuhle Jehova kwabahle,+Yebo kwabaqotho ezinhliziyweni zabo.+
5 Kepha abaphambukela ezindleleni zabo ezigwegwile,+UJehova uyobenza bahambe kanye nabakwenza umkhuba okulimazayo.+Kuyoba khona ukuthula ku-Israyeli.+