IHubo 123:1-4

INgoma Yokwenyuka. 123  Ngiphakamiselé amehlo ami kuwe,+O Wena ohlala emazulwini.+   Bheka! Njengoba amehlo ezinceku ebheke esandleni senkosi yazo,+Njengoba amehlo encekukazi ebheke esandleni senkosikazi yayo,+Kanjalo amehlo ethu abheke kuJehova uNkulunkulu+ wethuAze asibonise umusa.+   Sibonise umusa, Jehova, sibonise umusa;+Ngoba sesikusuthe kwaze kweqa ukwedelelwa.+   Umphefumulo wethu usukusuthe kwaze kweqa ukuhleka usulu kwalabo abakhululekile,+Ukwedelela kwalabo abazikhukhumezayo.+

Imibhalo yaphansi