Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

IBhayibheli Elikuyi-Internet | INGUQULO YEZWE ELISHA YEMIBHALO ENGCWELE

IHubo 120:1-7

INgoma Yokwenyuka. 120  Ngambiza uJehova ngisekuhluphekeni kwami,+Wangiphendula.+   O Jehova, khulula umphefumulo wami ezindebeni zamanga,+Olimini olukhohlisayo.+   Yini umuntu ayokunika yona, futhi yini ayokwenezelela yona,Wena lulimi olukhohlisayo?+   Imicibisholo ecijiwe yendoda enamandla,+Kanye namalahle avuthayo ezihlahla zonwele.+   Maye kimi, ngoba ngigogobalé kwaMesheke!+Ngihlalé ematabernakele kanye namatende kaKhedari.+   Ngoba umphefumulo wami uhlale isikhathi eside ngokwedlulele ematabernakele+Kanye nabazonda ukuthula.+   Ngimelela ukuthula;+ kodwa lapho ngikhuluma,Bafuna impi.+

Imibhalo yaphansi