Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

IHubo 112:1-10

112  Dumisani uJah!+א [ʼAʹleph]Uyajabula umuntu owesaba uJehova,+ב [Behth]Oyijabulele+ kakhulu imiyalo yakhe.+ ג [Giʹmel]   Inzalo yakhe iyoba namandla emhlabeni.+ד [Daʹleth]Isizukulwane sabaqotho sona, siyobusiswa.+ ה [Heʼ]   Izinto zenani elikhulu nengcebo kusendlini yakhe;+ו [Waw]Ukulunga kwakhe kumi kuze kube phakade.+ ז [Zaʹyin]   Ubanekile ebumnyameni njengokukhanya kubantu abaqotho.+ח [Chehth]Unomusa unesihe futhi ulungile.+ ט [Tehth]   Muhle umuntu onomusa+ futhi obolekisayo.+י [Yohdh]Usekela izindaba zakhe ngobulungisa.+ כ [Kaph]   Ngoba ngeke nanini antengantengiswe.+ל [Laʹmedh]Olungileyo uyokhunjulwa kuze kube nini nanini.+ מ [Mem]   Ngeke esabe ngisho nezindaba ezimbi.+נ [Nun]Inhliziyo yakhe igxilile,+ yenziwé yathembela kuJehova.+ ס [Saʹmekh]   Inhliziyo yakhe ayinakunyakaziswa;+ ngeke esabe,+ע [ʽAʹyin]Aze abukele abaphikisana naye.+ פ [Peʼ]   Wabile kabanzi; ubaphile abampofu.+צ [Tsa·dhehʹ]Ukulunga kwakhe kumi kuze kube phakade.+ק [Qohph]Uphondo lwakhe luyophakanyiswa ngenkazimulo.+ ר [Rehsh] 10  Omubi uyobona ngokuqinisekile akhathazeke.+ש [Shin]Uyogedla amazinyo akhe empeleni ancibilike.+ת [Taw]Isifiso sababi siyoshabalala.+

Imibhalo yaphansi