Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

IBhayibheli Elikuyi-Internet | INGUQULO YEZWE ELISHA YEMIBHALO ENGCWELE

IHubo 111:1-10

111  Dumisani uJah!+א [ʼAʹleph]Ngizomdumisa uJehova ngayo yonke inhliziyo yami+ב [Behth]Eqenjini elisondelene+ labaqotho nasenhlanganweni.+ ג [Giʹmel]   Imisebenzi kaJehova mikhulu+ד [Daʹleth]Ifunwa yibo bonke abayijabulelayo.+ ה [Heʼ]   Umsebenzi+ wakhe uyisithunzi nobukhazikhazi,+ו [Waw]Nokulunga kwakhe kumi phakade.+ ז [Zaʹyin]   Wenzele imisebenzi yakhe emangalisayo isikhumbuzo.+ח [Chehth]UJehova unomusa futhi unesihe.+ ט [Tehth]   Uniké labo abamesabayo ukudla.+י [Yohdh]Isivumelwano sakhe uyosikhumbula kuze kube nini nanini.+ כ [Kaph]   Wazisé abantu bakhe ngamandla emisebenzi yakhe,+ל [Laʹmedh]Ngokubanika ifa lezizwe.+ מ [Mem]   Imisebenzi yezandla zakhe iyiqiniso nokwahlulela;+נ [Nun]Ithembekile yonke imiyalo ayinikezayo,+ ס [Saʹmekh]   Isekelwé kahle phakade, kuze kube nini nanini,+ע [ʽAʹyin]Yenziwe ngeqiniso nangobuqotho.+ פ [Peʼ]   Uthumelé ukukhululwa kubantu bakhe.+צ [Tsa·dhehʹ]Uyalé isivumelwano sakhe kuze kube nini nanini.+ק [Qohph]Igama lakhe lingcwele futhi liyesabeka.+ ר [Rehsh] 10  Ukwesaba uJehova kungukuqala kokuhlakanipha.+ש [Sin]Bonke abayenzayo banokuqondisisa okuhle.+ת [Taw]Udumo lwakhe lumi kuze kube phakade.+

Imibhalo yaphansi