Funda noma ulalele iBhayibheli kuyi-inthanethi. Uma uthanda ungadawuniloda iBhayibheli elilalelwayo noma amavidiyo eBhayibheli olimi lwezandla. INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele iyinguqulo yeBhayibheli enembile okulula ukuyifunda. Iye yanyatheliswa iphelele noma iyingxenye ngezilimi ezingaphezu kuka-160. Kuye kwasakazwa amakhophi ayo angaphezu kwezigidi ezingu-220.