Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Khumbula UmkaLoti

Isixwayiso uJesu asinikeza eminyakeni angaba ngu-2,000 edlule sibaluleke kakhulu manje kunasesikhathini esidlule. Bona indlela uBrian noGloria abafunda ngayo ukuvikela umndeni wabo ezingozini uJesu axwayisa ngazo.

Khumbula UmkaLoti—Ingxenye 1

Umndeni wamaKristu wosuku lwethu uzithola kanjani kufanele ukhethe phakathi kokuba qotho kuNkulunkulu nokuzama ukuthola ingcebo?

Khumbula UmkaLoti—Ingxenye 2

Yini engafiphaza umbono wethu ngezinto ezingokomoya isenze siyekethise ebuhlotsheni bethu noNkulunkulu nasendabeni yokuziphatha okufanele?

Khumbula UmkaLoti​—Ingxenye 3

UJesu walandisa indaba yabo ukuze afundise thina. Kwakungadingeki ukuba umkaLoti abe nalesiya siphetho. Nathi akudingeki sibe nesiphetho esifanayo.