Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

OFakazi BakaJehova—Izenzo Ezibonisa Ukholo, Ingxenye 2: Ukukhanya Makukhanye

Mkhulu umsebenzi owawuhlalele abaFundi BeBhayibheli njengoba babezama ukufeza umyalo kaJesu ‘wokwenza abantu bazo zonke izizwe babe abafundi.’ [Mathewu 28:19] Babezoba nabaphikisi abaningi. Ukuqonda kwabo ngemiBhalo kwakuyoqhubeka kukhula futhi ukholo lwabo lwaluzocwengwa. Ingxenye yesibili yalolu chungechunge lwama-video ichaza indlela uJehova ahole ngayo abantu bakhe kusukela ngo-1922 kuze kube manje.