Akulula ukuthola abangane uma usemusha. Qaphela indlela uTara athola ngayo abangane beqiniso nabamkhathalela ngempela, futhi ucabangele indlela nawe ongakwenza ngayo lokho. Ngaphezu kwalokho, intsha evela emazweni ahlukahlukene emhlabeni iveza indlela eye yathola ngayo ubungane obuhlala njalo.