Sekudlule iminyaka engaphezu kweyikhulu oFakazi BakaJehova behlelelwe ukushumayela izindaba ezinhle. Lesi sigijimi sishunyayelwa ngezilimi eziningi emazweni angaphezu kuka-200. Kungani lo msebenzi ubalulekile? Wenziwa kanjani emhlabeni wonke? Le video iphendula leyo mibuzo ngokuveza imisebenzi esiyenza emhlabeni wonke.