Ukukhulumisana
Kubalulekile Ukuchitha Isikhathi Ndawonye
Kungaba nzima ukukhulumisana ngisho noma umyeni nenkosikazi behlala endlini eyodwa. Abashadile bangasisebenzisa kanjani kahle isikhathi sabo ndawonye?
Indlela Yokugcina Ezobuchwepheshe Zisendaweni Yazo
Ukusebenzisa ezobuchwepheshe kungawenza uphumelele umshado wakho noma kuwulimaze. Ziwuthinta kanjani umshado wakho?
Indlela Yokuxoxisana Ngezinkinga
Amadoda nabesifazane banezindlela ezingafani zokukhuluma. Ukuqonda lowo mehluko kungazinciphisa kakhulu izinkathazo.
Indlela Yokuba Isilaleli Esihle
Ukulalela okuqotho akugcini nje ngokuba isenzo, kodwa kuwukubonisa uthando. Funda indlela yokuba isilaleli esihle.
Indlela Yokuzehlisa
Izinyathelo ezine ezingakusiza wena noshade naye nigweme ukuphikisana kunalokho nithole izixazululo ndawonye.
Indlela Yokuyeka “Ukuqudulelana”
Kwenzeka kanjani ukuba eminye imibhangqwana ifinyelele eqophelweni lokuqudulelana, futhi yini engayenza ukuze ilungise ukungaboni ngaso linye?
Indlela Yokulawula Intukuthelo Yakho
Kokubili ukufihla intukuthelo nokulawulwa yiyo, kungakugulisa. Pho yini ongayenza uma oshade naye ekucasula?
Indlela Yokunqanda Ukuqagulisana
Ingabe wena noshade naye nihlale niqagulisana? Funda ngokuthi izimiso zeBhayibheli zinganisiza kanjani emshadweni wenu.
Indlela Yokugwema Inkulumo Elimazayo
Yini eningayenza uma wena noshade naye niye navumela amazwi alimazayo aphazamisa ubuhlobo benu?
Indlela Yokuxolisa
Kuthiwani uma kungelona iphutha lami ngokuphelele?
Indlela Yokuthethelela
Kungani kungase kube nzima kangaka? Bona ukuthi iseluleko seBhayibheli singasiza kanjani.

