Ukukhulisa Intsha
Ukukhulumisana
Ukuhlomisa Intsha Ukuba Ibe Abantu Abadala Abavuthiwe
Ingabe ukhulisa owevile eshumini nambili? Uma kunjalo, ungayisiza kanjani ingane yakho ukuba ibe umuntu omdala ovuthiwe?
Indlela Yokukhulumisana Nengane Yakho Esithombile
Ingabe uyakhungatheka lapho ukhuluma nengane yakho esithombile? Yiziphi izici ezenza kube inselele?
Ukukhulumisana Nentsha
Ungakhuluma kanjani nosemusha ongafuni ukuphendula imibuzo yakho?
Xoxa Nengane Yakho—Ungaphikisani Nayo
Ingane yakho eyeve eshumini nambili izama ukuzazi ukuthi imiphi futhi idinga ithuba lokuveza ekukholelwayo. Ungayisiza kanjani?
Lapho Indodakazi Yakho Esakhula Icindezelekile
Maningi amantombazanyana asakhula azizwa ekhungathekiswa izinguquko abhekana nazo. Abazali bangawasiza kanjani ukuze akwazi ukubhekana nokucindezeleka?
Lapho Ingane Yakho Eyeve Eshumini Nambili Ingabaza Inkolo Yakho
Indlela osingatha ngayo ukungabaza kwengane yakho yiyo ezonquma ukuthi iyosondela enkolweni yakho noma iyoqhela kuyo.
Isiyalo Nokuqeqesha
Lapho Ingane Yakho Ingathembeki
Ungasheshi uphethe ngokuthi ingane yakho iyihlongandlebe. Ukwethembana kungavuselelwa.
Indlela Yokuqondisa Ingane
Kungani kulula kangaka ngezingane ukuba zisondelane kakhulu nontanga yazo, ziqhelelane nabazali bazo?
Indlela Yokuyala Ingane Yakho Esithombile
Ukuyala kusho ukufundisa. Izimiso zeBhayibheli zingakusiza ukuba ufundise ingane yakho ukulalela kunokuba ibe yihlongandlebe.
Ungayisiza Kanjani Ingane Yakho Yenze Kangcono Esikoleni?
Thola indlela yokubona ukuthi iyini ngempela imbangela yokungenzi kahle kwengane esikoleni bese uyayikhuthaza.
Indlela Yokubekela Ingane Yakho Esithombile Imithetho
Yini ongayenza uma ingane yakho esithombile ibonakala ihlale iyicasukela imithetho oyibekile?
Fundisa Intsha Ukusebenzisa I-Internet Ngokuqapha
Ungayisiza kanjani ingane yakho ukuba ingaphili nje ngemithetho kuphela kodwa ikwazi ukuzenzela izinqumo ezihlakaniphile?
Ingabe Ingane Yami Kufanele Izisebenzise Izinkundla Zokuxhumana?
Imibuzo emine ingakusiza unqume ngokuhlakanipha.
Ukufundisa Ingane Yakho Esithombile Ukusebenzisa Izinkundla Zokuxhumana Ngokuphepha
Siza ingane yakho igweme izingozi.
Lapho Ingane Yakho Esithombile Izilimaza
Abanye abasebasha bazilimaza ngenhloso. Ubangelwa yini lo mkhuba? Ungayisiza kanjani ingane yakho?
Indlela Yokukhuluma Nengane Yakho Ngokuthumelelana Imiyalezo Yocansi
Ungalindi ukuba umntanakho aze angene engozini yokuhileleka kulo mkhuba. Xoxani ngezingozi zokuthumelelana imiyalezo yocansi.