Dlulela kokuphakathi

Ezothando

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 1: Ezani Izimpawu Engizitholayo?

Thola amacebiso angakusiza wazi ukuthi othile ukuthumelela izimpawu zothando noma umane efuna ubungane nje.

Ubungane Noma Uthando?—Ingxenye 2: Ezani Izimpawu Engizithumelayo?

Kungenzeka yini umngane wakho azitshele ukuthi ufuna nibe ngaphezu kwabangane nje? Bheka la macebiso.

Ingabe Uthando Noma Ukuthatheka?

Thola ukuthi ukuthatheka nothando lwangempela kuyini.

Kubi Yini Ukwenza Sengathi Ufuna Ukuthandana Nothile?

Kubi yini ukwenza sengathi ufuna ukuthandana nothile? Ontanga yakho baxoxa ngokuthi ukhona yini ongalimala uma ukwenza.

Luyini Uthando Lweqiniso?

Izimiso zeBhayibheli zingawasiza amaKristu ekukhetheni abangane abahle bomshado nasekubonisaneni uthando lweqiniso ngemva komshado.

Ingabe Ukulungele Ukuphola?

Cabangela imibuzo emine engakusiza unqume ukuthi ukulungele yini ukuphola.

Ingabe Ukulungele Ukushada?

Ukuze uphendule lowo mbuzo, kudingeka uzazi kahle wena ngokwakho. Ukuzihlola okuqotho kuyokusiza.

Yini Engingayilindela Emshadweni?​—Ingxenye 1

Hlobo luni lwezinzuzo nezinselele okufanele ululindele emshadweni?

Yini Engingayilindela Emshadweni?—Ingxenye 2

Funda ngokuthi ungazilungiselela kanjani izinselele ezingalindelekile ekuphileni kwasemshadweni.

Ungazi Kanjani Uma Lowo Muntu Ekufanele?

Iyiphi indlela ongabheka ngayo ngale kwalokho okusobala, ubone lokho lo muntu ayikho ngempela?

Ingabe Kufanele Sihlukane?—(Ingxenye 1)

Umshado uyisibopho okungamelwe sinqamuke. Ngakho, uma ungaqiniseki ngomuntu othandana naye, ungayizibi leyo mizwa!

Ingabe Kufanele Sihlukane?—(Ingxenye 2)

Ukuqeda ubuhlobo akulula neze. Iyiphi indlela engcono yokukwenza? Yini engakusiza ukuba ubhekane nokudumala kwangemva kokwehlukana?

Ukuhlukana Nomuntu Obuthandana Naye

Ungaqhubeka kanjani nokuphila ngemva kokuhlukana kabuhlungu nobuthandana naye?