UKUTHULA NENJABULO

Ukuzwana Nabanye

IsiZulu
Ukuzwana Nabanye
https://cms-imgp.jw-cdn.org/img/p/1011556/univ/art/1011556_univ_sqr_xl.jpg

Ukuzwana Nabanye

Ukwakha Abangane

Yenza Ukuphila Kwakho Kube Ngcono​—Ukuphila Komndeni Nabangane

Singaba nobuhlobo obuhle nabanye uma sigxila kulokho esingabenzela kona kunalokho abangasenzela kona.

Onjani Umngane Omuhle?

Abantu abaningi banomuzwa wokuthi kubalulekile ukuba nabangane abahle. Ungaba kanjani umngane omuhle kwabanye? Lesi sihloko sizohlaziya izimiso ezine ezitholakala eBhayibhelini.

Unjani Umngane Weqiniso?

Kulula ukuthola abangane mbumbulu, kodwa ungamthola kanjani umngane weqiniso?

Indlela Yokwenza Abangani Beqiniso

Amacebiso amane angakusiza uthuthuke kusukela ekubeni nobungani obungaqinile kuya ekubeni nobungani obujulile.

Obani Abangane Bami Bangempela?

Funda ngokuthi ungabakha kanjani ubungane beqiniso nobuhlala njalo.

Kufanele Yini Ngithole Abangane Abengeziwe?

Ukuba nabangane abambalwa kungakwenza ukhululeke, kodwa ngezinye izikhathi kuyalimaza. Kanjani?

Isizungu

Kungani Ngingenabo Abangane?

Akuwena wedwa onesizungu futhi ongenabangane. Thola ukuthi abanye ontanga yakho babhekana kanjani nesizungu.

Indlela Yokubhekana Nesizungu

Ukuhlala unesizungu kuyingozi empilweni ngendlela efanayo nokubhema osikilidi abangu-15 ngosuku. Ungakugwema kanjani ukuzizwa ukhishwe inyumbazane futhi unesizungu?

Sidla Lubi Isizungu​—⁠Yini Engakusiza?

Cabanga ngemiBhalo emibili yeBhayibheli engakusiza ulwe nesizungu.

Ukudlondlobala Komzwangedwa—⁠Lithini IBhayibheli

Thola ukuthi abantu abanomzwangedwa bangayithola kanjani injabulo manje.

Nqoba Isizungu Ngokuba Nabangani—⁠Indlela IBhayibheli Elingasiza Ngayo

Thola izimiso ezimbili zeBhayibheli ezingakusiza unqobe isizungu.

Yilwa Nomzwangedwa Ngokusiza Abanye—⁠Okushiwo IBhayibheli

Cabangela izindlela ezimbili ongazisiza ngazo njengoba usiza abanye.

Ukuxhumana Ngezobuchwepheshe

Indlela Yokushiya Umsebenzi “Emsebenzini”

Amacebiso amahlanu angakusiza ukuba umsebenzi ungaphazamisi umshado wakho.

Indlela Yokugcina Ezobuchwepheshe Zisendaweni Yazo

Ukusebenzisa ezobuchwepheshe kungawenza uphumelele umshado wakho noma kuwulimaze. Ziwuthinta kanjani umshado wakho?

Zisebenzise Ngokuhlakanipha Izingosi Zokuxhumana

Kujabulele ukusebenzisa i-Internet lapho uxhumana nabangane bakho futhi ukwenze ngokucophelela.

Yini Okufanele Uyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Ngomakhale­khukhwini?

Ukuthumela imiyalezo ngomakhale­khukhwini kungaphazamisa ubungane bakho nabanye nedumela lakho. Thola ukuthi kanjani.

Indlela Yokubonisa Inhlonipho Lapho Uthumela Imiyalezo

Ingabe kuwukuba luhlaza ukuphazamisa ingxoxo ukuze nje ubheke umyalezo? Noma, ingabe kuwukuba luhlaza ukuwuziba ngoba nje ufuna ukuqhubeka nengxoxo?

Ukulungisa Ukungaboni Ngaso Linye

Kungani Kufanele Ngixolise?

Bheka izizathu ezintathu ezinhle zokuthi ‘ngiyaxolisa,’ ngisho noma uzibona ungekho ephutheni.

Lithini IBhayibheli Ngentukuthelo?

Zikhona yini izizathu ezizwakalayo zokuthukuthela? Yini okufanele uyenze lapho usuqala ukuthukuthela?

Abantu Bangakwenza Kanjani Ukuthula?

Izimiso zeBhayibheli ziye zasiza labo ababeyizitha ngaphambili ukuba babe nokuthula phakathi kwabo futhi baba ngisho nangabangane.

Kuyini Ukuthethelela?

IBhayibheli linamaphuzu amahlanu angakusiza uthethelele othile.

Indlela Yokuthethelela

Kungani kungase kube nzima kangaka? Bona ukuthi iseluleko seBhayibheli singasiza kanjani.

Indlela Yokuthola Injabulo​—⁠Ukuthethelela

Uzogula futhi ngeke ujabule uma uhlale uthukuthele futhi unenzondo.

Ubandlululo Nokucwasana

Luyini Ubandlululo?

Leli gciwane eliwubandlululo selibaqedile abantu. Vumela iBhayibheli likusize uqikelele ukuthi awulitholi.

Ubandlululo—Inkinga Yomhlaba Wonke

Luyini ubandlululo? Kungani kungase kuthiwe luyinkinga ekuwo wonke umuntu emhlabeni?

Ubandlululo​—⁠Ingabe Unalo?

Yiziphi ezinye izimpawu ezingase zibonise ukuthi sinobandlulo?

Ukubekezelelana—Lingasiza Yini IBhayibheli

Le miBhalo iveza indlela iBhayibheli elikukhuthaza ngayo ukuthula nokuhloniphana kwabo bonke abantu.

Lithini IBhayibheli Ngobandlululo?

Ingabe zonke izinhlanga ziyalingana? Ingabe ubandlululo luyoke luphele?

Indlela Yokuqeda Ukuzondana Okungapheli​—Ungakhethi

Lingisa uNkulunkulu ongakhethi ngokususa yonke imizwa yenzondo onayo ngabanye.

Ubandlululo​​—⁠Yakha Ubungane Nabantu Abahlukahlukene

Bona izinzuzo zokuba nabangane abahlukile kuwe.

Ingabe Ukulingana Kwezinhlanga Zabantu Kuyiphupho Nje?—Lithini IBhayibheli?

Izigidi zabantu zifundiswa yiBhayibheli indlela yokuphatha abanye ngenhlonipho nangendlela engasehlisi isithunzi sabo.

Umhlaba Ongenalo Ubandlululo—Nini?

Izinto ezenzeka ngempela zifakazela ukuthi iBhayibheli liyabasiza abantu ukuba banqobe ubandlululo. Luyoqedwa nini ngokuphelele?

Uthando Oluqotho Luyoyinqoba Nini Inzondo?

Kungaba nzima ukunqoba ubandlululo. Bona ukuthi umJuda nomPalestina bakwazi kanjani ukulunqoba.

Ngangifuna Ukulwa Nokungabi Nabulungisa

URafika wajoyina iqembu elalilwela ushintsho ngoba efuna ukulwa nokungabi nabulungisa. Kodwa wabe esefunda ngesithembiso seBhayibheli sokuthi kuzoba nokuthula nobulungisa lapho sekubusa uMbuso kaNkulunkulu.