Ukuba Nobuntu Obufana NobukaNkulunkulu
Indlela Yokuthola Injabulo—Ukwaneliseka Nokupha
Abantu bathi ukuba nemali nezinto eziningi yikona okwenza umuntu ajabule. Ingabe yiqiniso lelo? Ubufakazi bubonisani?
Lithini IBhayibheli Ngokubonga?
Ukubonisa le mfanelo kunezinzuzo eziningi. Kungakusiza kanjani futhi ungakuhlakulela kanjani?
Thola Injabulo Ngokupha
Ukupha kusiza wena, kusize nabanye. Kwenza abantu babambisane futhi babe nobungane. Ungaba kanjani umuphi ojabulayo?
Umusa—Ubalulekile Emehlweni KaNkulunkulu
Ingabe kufanele ukukhathalele ukuba nomusa kubo bonke abantu? UNkulunkulu uyibheka kanjani le mfanelo?
Indlela Yokuthola Injabulo—Uthando
Ukuthanda nokuthandwa kudlala indima ebalulekile ekwenzeni umuntu ajabule.
Ubandlululo—Bonisa Uthando
Ukubonisa uthando kungaluqeda ubandlululo. Hlola izindlela izindlela ezithile eziqondile.
Ubandlululo—Bonisa Uzwela
Ukungabi nalo uzwela kungabonisa ukuthi unayiphi inkinga?
Indlela Yokuqeda Ukuzondana Okungapheli—Ungakhethi
Lingisa uNkulunkulu ongakhethi ngokususa yonke imizwa yenzondo onayo ngabanye.
Indlela Yokulawula Intukuthelo Yakho
Kokubili ukufihla intukuthelo nokulawulwa yiyo, kungakugulisa. Pho yini ongayenza uma oshade naye ekucasula?
Umoya Omnene—Indlela Yokuhlakanipha
Akulula ukuzibamba lapho uphathwa ngendlela engenabulungisa, nokho iBhayibheli likhuthaza amaKristu ukuba abe nomoya omnene. Yini engakusiza ukuba uhlakulelele le mfanelo yaphezulu?
Indlela Yokuba Nesineke Kakhudlwana
Nqoba ukuntula isineke nemiphumela yako emibi ngalezi zinyathelo ezine ezilula.
Onjani Umngane Omuhle?
Abantu abaningi banomuzwa wokuthi kubalulekile ukuba nabangane abahle. Ungaba kanjani umngane omuhle kwabanye? Lesi sihloko sizohlaziya izimiso ezine ezitholakala eBhayibhelini.
Indlela Yokuthola Injabulo—Ukuthethelela
Uzogula futhi ngeke ujabule uma uhlale uthukuthele futhi unenzondo.
Thethelela Ngokukhululekile
Ukuze sithethelele, ingabe kumelwe sinciphise noma sishalazelele ubuhlungu esibuzwayo?
Okwenza Ukwethembeka Kuzuzise
Ukulandisa okubonisa ukubaluleka kokwethembeka.

