Dawuniloda leli khadi lomlingiswa waseBhayibhelini, ufunde ngoManowa, uyise wenye yamadoda ayenamandla kunawo wonke ake aphila. Liprinte, ulisike, uligoqe, bese uligcina.