Kwazivelela Noma Kwadalwa?
Iqiniso Ebelifihliwe Ngendalo
Ingabe ukulandisa kweBhayibheli ngendalo kuyavumelana nesayensi?
Lokho IBhayibheli Elisitshela Khona Mayelana NoMdali
Lokho elikushoyo kuyavumelana yini nalokho okutholwe isayensi?
Ingabe UNkulunkulu Wasebenzisa Ukuziphendukela Kwemvelo Ukuze Adale Izinhlobo Ezihlukahlukene Zezinto Eziphilayo?
Akukho lutho eBhayibhelini olungqubuzana nalokho okushiwo ososayensi ukuthi kunomehluko ohlotsheni ngalunye lwezinto eziphilayo.
Lithini IBhayibheli Ngendalo?
IBhayibheli lichaza “izinsuku” uNkulunkulu adala ngazo izinto eziphilayo. Ingabe lezi zinsuku zazingamahora angu-24?
Intsha Ixoxa Ngokukholelwa KuNkulunkulu
Kule video eyimizuzu emithathu, abasebasha bachaza ukuthi yini ebaqinisekisayo ukuthi ukhona uMdali.
Iplanethi Yezinto Eziphilayo
Izinto eziphilayo emhlabeni bezingeke zibe khona ukuba zathuka zenzeka nje. Ingabe ngempela kwamane kwenzeka noma kwaklanywa umuntu ohlakaniphile?
Isakhi Esimangalisayo
Asikho isakhi esiyikhemikhali esibaluleke ngaphezu kwalesi ekubeni khona kokuphila. Siyini, futhi yini esenza sibaluleke kangaka?
Amangqamuzana Akho—Imitapo Ephilayo!
Yini engaholela ososayensi abahlonishwayo ekutheni balahle inkolelo yabo ngokuziphendukela kwemvelo?
Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?—Ingxenye 1: Kungani Kufanele Ukholelwe KuNkulunkulu?
Ingabe ungathanda ukuba nesibindi kakhudlwana sokuchaza ukuthi kungani ukholelwa kuNkulunkulu? Thola amacebiso okuthi ungaphendula kanjani uma othile ekubuza ngezinkolelo zakho.
Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?—Ingxenye 2: Kungani ungakholelwa Ukuthi Izinto Zazivelela?
Amaqiniso amabili ayisisekelo abonisa isizathu sokungabaza.
Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?—Ingxenye 3: Kungani Kufanele Ukholelwe Endalweni?
Ingabe kufanele uyiphike isayensi ukuze ukholelwe endalweni?
Ingabe Kufanele Ngikholelwe Ekuziphendukeleni Kwemvelo?
Iyiphi incazelo enengqondo?
Lithini IBhayibheli Ngokuziphendukela Kwemvelo?
Ingabe ukulandisa kweBhayibheli ngendalo kuyangqubuzana nesayensi?
Lithini IBhayibheli Ngama-dinosaur?
Ingabe liyavumelana nesayensi?

