Dlulela kokuphakathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Ingabe UMose Owaloba IBhayibheli?

Impendulo yeBhayibheli

UNkulunkulu wasebenzisa uMose ukuba alobe izincwadi zokuqala ezinhlanu zeBhayibheli: uGenesise, u-Eksodusi, uLevitikusi, uNumeri noDuteronomi. Kungenzeka wabhala nencwadi kaJobe neHubo 90. Kodwa uMose wayengomunye wabantu abangaba ngu-40 abasetshenziswa uNkulunkulu ekulobeni iBhayibheli.