Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Usizo Lwabashadile Nabazali

“Sizokwazi yini ukuwuqeda unyaka wokuqala sishadile?” “Izingxoxo zethu njalo ziphenduka izingxabano—yini esingayenza ukuze sikulungise lokhu?” “Ngingakhuluma kanjani nezingane zami ngobulili?” Imibuzo abantu abashadile ababa nayo ingabonakala iminingi njengemithombo yezeluleko enikeza izimpendulo.

Kungakhathaliseki ukuthi ukhuliswe kanjani, uzothola ukuthi iBhayibheli linikeza iseluleko esihlakaniphile esingathuthukisa umshado wakho futhi sikusize ekukhuliseni izingane zakho.

PHAPHAMA!

Indlela Yokubonisa Inhlonipho

Inhlonipho emshadweni akuyona into yokuboniswa lapho uthandile​—⁠iyisidingo. Ungabonisa kanjani ukuthi uyamhlonipha oshade naye?

PHAPHAMA!

Indlela Yokubonisa Inhlonipho

Inhlonipho emshadweni akuyona into yokuboniswa lapho uthandile​—⁠iyisidingo. Ungabonisa kanjani ukuthi uyamhlonipha oshade naye?

Izincwadi

Umndeni Wakho Ungajabula

Ungaba nomshado kanye nomndeni ojabulayo ngokusebenzisa izimiso zeBhayibheli.